Ushonile unesi obephethwe yi-Ebola

2015-01-16 12:33

Freetown –  Kushone umhlengikazi osebenzela inhlangano yeRed Cross eSierra Leone obephethwe yisifo se-Ebola  esiFundeni esimpumalana yeKenema ngokuhla kwale nhlangano.  

Ngokombiko bese kuphele izinsuku ezingu-37 kungabikwanga muntu ophethwe yilesi sifo kule ndawo. 

Kubikwa ukuthi lo mhlengikazi obesebenzela isikhungo sabahaqwe yi-Ebola i-IFRC eKenema ushone ngomhlaka 13 Januwari 2015 kanti kutholakala eseshonile ukuthi ubenalesi sifo. AbakwaRed Cross bathe baphenya ngokuthi usithole kuphi futhi kanjani lesi sifo.

OLUNYE UDABA: Usengumqemane udokotela oke waphathwa yi-Ebola

Uthe abantu abangu-29 abake baxhumana naye ngaphambi kokuthi ashone bagcinwe endaweni ekhethekile ukuze bahlolwe izimpawu zalesi sifo esesibulale inqwaba yabantu kusukela ngonyaka owedlule.

Ngokwezibalo eziqukethwe yiWorld Health Organisation bangaphezulu kuka-8 000 abantu asebeshonile ngenxa yalesi sifo.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.