Ushumpulwe ikhanda obanjwe ejola

2015-01-07 09:32
Johannesburg - Umama wengane eneminyaka emine ubudala, ushumpulwe ikhanda ubaba womntwana wakhe, ngemuva kokuthi embone ejola nenye indoda,kusho abezindaba zeDaily Sun.

Ugogo wengane uSarah Leena, 48, ufice umzukulu wakhe, 4, ebhukuda egazini likanina obeseshumpulwe ikhanda.

Etshela iphephandaba, uthe indodakazi yakhe uKelebogile Seena, 22, ibisihlukene noyise womntwana.

Funda nalolu daba: UShumpulwe ikhanda obulale owohlanga lwakubo 

"Ngizwe kuthiwa ubaba wengane uthe umbone eqabulana nenye indoda. Ube esemlandela ngesikhathi eya endaweni yokucima ukoma, wamphoqa ukuthi agoduke naye, wase embulala," kuchaza ugogo.

Umsolwa kuthiwa ushumpule ikhanda lentombi, washiya ingane ibelethe esidunjini esingenakhanda, wayozinikela emaphoyiseni.

Okhulumela amaphoyisa uMolebogeng Lechesa, uthi kuphenywa ngecala lokubulala.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.