Usinde ngokulambisa owesifazane obebalekela ukukhokha

2015-08-25 14:31

Cape Town – Owesifazane usinde ngokulambisa ecishe eshayiswa yisitimela esiteshini saso esiseHarfield ngoLwesibili ekuseni.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Noloyiso Rwexana uthe owesifazane kuthiwa ubezama ukugibela isitimela engenalo ithikithi ngezithuba zabo-06:30 ngesikhathi ebonwa yizisebenzi zakwaPrasa.

"Bamjahile…umsolwa wagxumela kwelinye lamakhoshi esitimela, isitimela sihamba.”

URwexana uthe owesifazane uwile ngesikhathi esezama ukuya kwelinye ikhoshi.

Funda nalolu daba: Uthi akafuni ukuphatwh akangcono umzukulu kaMandela

"Ngesikhathi izisebenzi zizama ukumbamba umsolwa, owesifazane ushelelile wawela kujantshi wesitimela ebesiza ngakuyena.”

Umshayeli wesitimela ukwazile ukumbona wabe esesimisa isitimela.

"Uthole ukulimala enqulwini ngesikhathi ewa, wabe esephuthunyiswa esibhedlela,” kusho uRwexana.

Okhulumela abakwaMetrorail, uRiana Scott, usiqinisekisile isehlakalo.

"Kubambezeleke izitimela ezingu-27 ngenxa yalesi sehlakalo.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.