Usoseshini uyazihlangula ngokubulawa kwesikhulu e-KZN

2015-08-07 11:38

Durban – Usoseshini wamatekisi oyamaniswa nomshana kaMengameli Jacob Zuma, uMfundo Gcaba, usuziphikile izinsolo ezithi uyathinteka ekubulaweni kwembangi ngeledlule.

Emaphepheni asenkantolo, iSonke Long Distance Taxi Association, ebhekene ngeziqu zamehlo neZamokuhle Long Distance Association kubangwa imizila phakathi kweTheku nogu oluseningizimu neKwaZulu-Natal, ithe usomatekisi obulewe ubengakubona.

ISekela likaSihlalo weZamokuhle uMlungisi "Boro" Ngcobo wadutshulwa ngoLwesithathu olwedlule.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa usomatekisi eMarianhill

Isonto elandulela ukubulawa kwakhe, iZamokuhle yahambisa iSonke enkantolo, isola uGcaba nobhululu bakhe ngokuphehla udlame.

UGcaba usolwa ngokusebenzisa igama likamengameli Zuma ukuxhaphaza izimbangi zakhe, uGcaba uyakuphika lokhu.

IZamokuhle ifuna iSonke imiswe ekusebenziseni irenki enkulu eseThekwini nasekusebenziseni imizila yayo.

Kuthiwa umufi ubengafihli ukuthi weseka isivumelwano salabo soseshini bobabili.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.