Usuculwe indlebe unkosikazi wokuqala kubanga amanabukeni

2015-08-16 14:04

Bulawayo - Owesifazane waseBinga ushaqise izakhamuzi zaseLubu ngaphansi kweNkosi uSaba ngesikhathi esuculuza indlebe kamnakwabo kubangwa amanabukeni.

UJuliet Zulu oneminyaka engu-21 ubudala ongunkosikazi wesibili esithenjini ubenengxabano nonkosikazi wokuqala kamyeni wakhe uChita Mwinde, uGeorgina Muleya.

UZulu wasola uMuleya  ngokusebenzisa amanabukeni engane yakhe.

OLUNYE UDABA: Owesifazane uthi uzobulala umngani ngenaliti

UZulu ulivumile icala ngesikhathi evele ngaphambi kweMantshi yeNkantolo yaseBinga u-Ailenne Munamati ngecala lodlame lwasekhaya.

UZulu ugixabezwe izinyanga ezingu-30 ebhadle ejele kodwa walengiselwa ezingu-12  iminyaka emihlanu ngaphansi kombandela wokuziphatha kahle, kubika iBulawayo24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.