Uthi ugaqelwe ngawePSL olaxazwe yiChiefs

2015-06-09 10:01

Johannesburg – Umdlali wasesiswini osanda kulaxazwa yiKaizer Chiefs uSiyabonga Nkosi usekuqinisekisile ukuthi kunamaqembu agijima kwi-PSL asekhombise intshisekelo ngaye. 

Ngokubika kweSoccerLaduma inkontileka kaNkosi neChiefs iyaphela kule nyanga kanti leli qembu selikabeka kwacaca ukuthi ngeke iyivuselele. 

Lo mdlali obesekhuza ibuya okwesibili kwiChiefs uzobe enganalo iqembu abhalise kulona kusukela ngenyanga ezayo kanti  ukhululekile ukuqala izingxoxo nanoma yiliphi iqembu elimfunayo.

OLUNYE UDABA: UNdulula ushona ezintangeni ngekusasa lakhe

UNkosi ueseke wadlalela amaqembu ahlukene kwiPSL okubalwa kuwo iBloemfontein Celetic, SuperSport United ne-Golden Arrows kanti useke wadlal anaphesheya kwezilwandle. 

Ekhuluma neSiya Crew lo mdlali odabuka eNewcastleukuqinisekisile ukuthi useke waba sezingxoxweni namaqembu athile kwi-PSL ngenhloso yokuthola inkotileka yesizini ezayo.  

Uthe okwamanje akakabi sesimweni sokudalula amagama ala maqembu kuze kube izingxoxo ziyaphothulwa. 

“Yebo kunjalo ngiyakhuluma namaqembu kodwa ngeke ngisho ukuthi imaphi engibonisana nawo ngoba akukho osekuphothuliwe okwamanje.

Kumele ulindele ukuthi ngizobe ngigijima kwiPSL ngesizini ezayo,” kusho lo mdlali.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.