Uthi uyaluqalekisa usuku umkakhe akhetha ngalo iNkosi

2015-01-16 16:01
Johannesburg - UPhilemon Bale waseMndeni, eSoweto, uthi wayecabanga ukuthi unkosikazi wakhe ulandela insindiso ngesikhathi ejoyina iSt John’s Apostolic Church.

UBale, 40, uthi wayengazi ukuthi ukukhetha kukankosikazi wakhe iNkosi kusho ukufadalala komshado wakhe.

UBale uthi umuzi wakhe usubhidlikile kusukela uMfundisi Mack Phokela, 50, eqala ukulala nonkosikazi wakhe, uQueen Bale, 39.

Uthi benomkakhe sebethandane iminyaka engu-24, bashada ngo-2005, kubika iDaily Sun.

“Umkami wajika esikhaleni wathi akasangithandi futhi akasafuni ukulala nami kanjalo ngeke aphinde angiphekele,” ezikhalela.

OLUNYE UDABA: Ukhala ngohulumeni umfundisi ongasalwenzi ucansi

“Besilala embhedeni owodwa kodwa angavumi ngimthinte. Lokhu kuqhubeke izinyanga ezintathu,” esho.

UBale uthi lo mfundisi uba nenkonzo yokuhlambulula lapho esuke egeza khona abesifazane ethi ubakhipha amabhadi.

Umfundisi uyaziphika zonke lezi zinsolo uthi uBale ufuna ukumhlinzela ezibini.

UQueen unqabile ukuphawula.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.