Uthole udilikajele owakuleli owaboshwa eMalaysia

2015-01-23 11:01
Johannesburg - Ithole udilikajele indoda yaseNingizimu Afrika eyaboshwa eMalaysia ngamacala okutholaka nezidakamizwa, kusho umnyango wezobudlelwane namazwe omhlaba ngoLwesihlanu.

Le ndoda igwetshwe yiNkantolo eNkulu yaseKuala Lumpur.

UDeon Cornelius, 29, waboshwa ngo-Okthoba ngonyaka ka-2013 eMalaysia.

Iphephandaba iBeeld labika ukuthi le ndoda yatholakala nesikhwama se-laptop esasigcwele izidakamizwa zohlobo lwe-methamphetamine enesisindo esingu-2kg esikhumulweni sezindiza iPenang.

OLUNYE UDABA: Ona-84 usolwa kwelezidakamizwa

Le ndoda yatshela iziphathimandla zazeMalaysia ukuthi yanikwa lesi sikhwama yindoda egamalayo nguTony Penang.

Ngokusho kwephephandaba le ndoda yatshela abomndeni wayo ukuthi ivakashela eThekwini ngo-Okthoba ngonyaka ka-2013 ngaphambi kokuba inyamalale.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.