Uvelile obelethe wafihla ingane

2014-12-24 15:03

Johannesburg - Umama oneminyaka engu-29 ubudala, uvele ngaphambi kweNkantolo kaMantshi waseMbibane, mayelana necala lokufihla usana abeqeda kulubeletha.

Ngokusho kwamaphoyisa aseMpumalanga, lona wesifazane unezinye izingane ezintathu.

Ngokusho kukaBrigadier Selvy Mohlala, usana luka-Annah Bapela, lutholakale ethoyilethe lomgodi. 

"Izinsolo zithi mhlaka-20 Disemba, u-Anna Bapela wabeletha ingane yomfana, ngesikhathi evakashele isoka lakhe. Ngemuva kokubeletha, kukholakala ukuthi wafaka ingane emgodini wethoyilethe," kusho uMohlala. 

Sekwenzeke konke lokhu, owesifazane wabuyela embhedeni walala, sengathi akukaze kwenzeke lutho.

Ubaba wengane wabona ingubo yokulala eyasala ngemuva kwethoyilethe, wase ezama ukuthola udaba oluphelele

Ngokusho kukaMohlala, ingane ikhishiwe ethoyilethe kanti iyelulama esibhedlela.

UBapela udedelwe ngebheyili ka-R1000 kanti icala lizobuyela enkantolo mhlaka-06 Januwari.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.