Uvelile obulale owesifazane walimaza indodakazi

2015-08-22 14:18

King William's Town - Owesilisa, 19, osolwa ngokugwaza abulale owesifazane wase elimaza indodakazi kamufi uvele eNkantolo yeaMantshi yakuCentane, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

Umama nendodakazi bahlaselwe lapho behlala khona eThembeni ngomhlaka-15 Agasti, kusho uCaptain Jackson Manatha.

"Kwakungo-21:00 ebusuku ngesikhathi owesifazane, 19, ezwa umnyango ukhahlelwa wase uyavuleka. Wabe esememeza umama wakhe wavuka," kusho uManatha.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe olahlwe ngelokubulala owesifazane

"Owesifazane, 45, wabe eseyagwazwa ngummangalelwa amanxeba amaningi emzimbeni washonela endaweni yesigameko," kuqhuba uManatha.

Indodakazi kalo wesifazane nayo yagwazwa kepha yakwazi ukuyocela usizo komakhelwane base beyiyisa esibhedlela.

Ummangalelwa uLihle Ncaphayi, ohlala kuyona le ndawo wabe eseboshwa ngemuva kwezinsuku kwenzeke lesi sigameko.

Ubhekene necala lokubulala nokuzama ukubulala kanti uzobuyela enkantolo ngohlaka-1 Septhemba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
2 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.