Uvelile osolwa ngokubulala intombi bevakashe eKapa

2015-08-25 13:34

Cape Town – Owesilisa waseGuatemala, uDiego Dougherty Novella, osolwa ngokubulala intombi yakhe ebingusomabhizinisi eMelika, eCamps Bay Retreat Hotel, uvele kafushane eNkantolo yeMantshi yaseKapa.

UNovella, 41, akazange atshengise muzwa ngesikhathi kuqhubeka izinhlelo enkantolo.

Icala libe selihlehliswa ukuze kuzophothulwa okuthile mayelana nokufaka isicelo sebheyili.

Ummangalelwa uzogcinwa esitokisini ophikweni lwesibhedlela ePollsmoor Prison.

OLUNYE UDABA: Osolwa ngelokubulala ubanjwe ‘eyobulala’ ufakazi

UMbuso usola uNovella ngokushaya uGabriela Kabrins Alban, 39, washona.

UMbuso uqhuba ngokuthi athi amaphoyisa ebuza uNovella ukuthi ukuphi u-Alban, wathi ushonile.

Kuthiwa lokhu yikho okwaholela amaphoyisa ehhotela ayehlala kulo nentombi yakhe ngoJulayi.

Ubekwe icala lokubulala, kanti kungenzeka ukuthi kwengezwe amanye amacala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.