Uvelile umzukulu kaMandela ngecala lokudlwengula

2015-08-17 17:27

Johannesburg -  Umzukulu kaNelson Mandela uvele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseGoli ngoMsombuluko ngecala lokudlwengula nelokuzama ukudlwengula.

Le ndoda engadaluliwe igama layo ivele kancane enkantolo ngaphambi kokuba icala layo limiswe okwesikhashana ngesikhathi abammeli belinde incwadi evela kunsumpa wamaphoyisa aseParkview eGoli.

Abammeli bammangalelwa bafuna ukuba agcinwe esiteshini samaphoyisa aze afake isicelo sebheyili kunokuba ayogcinwa ejele laseGoli.

OLUNYE UDABA: "Basebenzisa isibongo ukuvikela umzukulu kwelokudlwengula"

Isiteshi samaphoyisa siseduzane nealapho okwakuqhubeka khona umcimbi eGreenside lapho okwenzeka khona isigameko ngomhlaka-7 Agasti.

Kubikwe ukuthi umsolwa walandela isisulu ngesikhathi siya etholyilethi.

Umsolwa uzofaka isicelo sebheyili nkuleli sonto.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.