Uxinwe ukugula umqeqeshi weChiefs

2015-01-09 12:37

Johannesburg – Umqeqeshi weKaizer Chiefs uStuart Baxter akakwazanga ukuba yingxenye yokuzilolonga kweqembu lakhe ngenxa yokuxinwa wukugula ngesikhathi leli qembu lizilolonga okokuqala kulo nyaka.

Ngokubika kweSoccer Laduma uDoctor Khumalo nguyena obehola ukuzilolonga kwaleli qembu ngoLwesine njengoba uBaxter engazange abonwe nangalukhalo eNaturena. 

Abadlali beKaizer Chiefs babuyele ekuzilolongeni ngoLwesithathu ngemuva kokuthatha ikhefu likaKhusimusi njengoba abanye abadlali bengekho behambe neBafana Bafana.

OLUNYE UDABA:UBaxter ulindele ubenzima owezakhe neWits

Kubikwa ukuthi ukugula kukaBaxter kumenze wangakwazi ukubona abadlali abasha kuleli uDavid Zulu noWesley Ntshangase, okusalindeleke ukuba asayine neChiefs.  

Amakhosi kulindeleke ukuba adlale neqembu laseGermany eligijima kwiBundesliga iHoffenheim ngesonto elizayo e-FNB Stadium.  


   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.