Uxolelwe owabukisa ngomngani wakhe ku-FB enza ucansi

2015-01-22 12:30
London – Intombazane yaseNgilandi eyafaka i-video kamngani wayo omkhulu esocansini nowesilisa enkundleni yezokuxhumana uFacebbok, ngeke iye ejele, kutshelwa inkantolo.

UDanika France waqopha ifilimu ngaphandle kokuthola imvume kuLeah Trevena elele nowesilisa ngemuva kokuthi la mantombazane ephuma ukuyozijuxuza.

Kwathi uma uTrevena ebona lo mhlola, uFrance wathembisa ngokuthi uzoyicima le video efonini yakhe.

OLUNYE UDABA: Ucela usizo ohlale ehalela ucansi

Kepha ngemuva kwenyanga la bangani baxabana, uFrance wase enquma ukufaka le video kuFacebook.

 Lesi sigameko senzeka ngo-Okthoba laba bezikhiphile.

Inkantolo iyalele ummangalelwa ukuba enze imisebenzi yomphakathi aphinde anxephezele isisulu ngemali elinganiselwa ku-R1 700.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.