Uyavela ona-12 owadubula intombazane

2015-01-05 10:05
Johannesburg - Umfana oneminyaka engu-12 ubudala, kubhekeke ukuthi avele ngaphambi kweNkantolo kaMantshi waseGermiston, mayelana namacala okuzama ukubulala.

Umbiko ukhishwe amaphoyisa aseGauteng ngoMsombuluko.

"Ubekwe icala lokuzama ukubulala nelokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni," kusho isitatimende sikaSergeant Phora Nkuna.

Umfana uyindodana yephoyisa elisebenza esiteshini eJabulani, kukholakala ukuthi wadubula walimalaza intombazane eneminyaka engu-15 ubudala. 

Isehlakalo senzeka ngoLwesaihlanu kanti intombazane yadutshulelwa isegumbini lomfana. 

Ngokusho komfana, wathatha lesi sibhamu ngenhloso yokusibeka kwenye indawo, intombazane yazama ukusithatha bagcina bebangisana sona, sase siqhuma kwashayeka intombazane.

Intombazane iyelula esibhedlela.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.