Uyavela osolwa ngokuhlasela abe-EFF eRustenburg

2015-07-24 09:39

Rustenburg - Kulindeleke ukuba livele eNkantolo yeMantshi yaseRustenburg ikhansela lewadi le-ANC, uLuvuyo Tolo Mqwane liyofaka isicelo sebheyili ngoLwesihlanu.

UMaqwane usolwa ngokuhlasela amalungu eqembu le-Economic Freedom Fifghters (EFF) emijondolo yasePopo Molefe eduzane naseRustenburg ngomhlaka-15 Julayi.

OLUNYE UDABA:Uphenyo kutholakala ikhansela libulewe

Kusolwa ukuthi wahola iqulu labantu ukuba lishaye amaungu e-EFF ngezitini kwadaleka nomonakalo ezimotweni.Amalungu e-EFF ayekhankasela iRally yomgubho weminyaka embili endaweni ozobanjelwa e-Olympia Park Stadium ngoMgqibelo.

UMaqwana ubhekene necala lokulimaza impahla, ukusabisa nokushaya.

Umphenyi wecala uConstable Kamogelo Khunou utshele inkantolo ngoLwesithathu ukuthi impilo yaMaqwane esengozini njengoba abamangali bemsongele ngokumhlasela nokumbulala.

-ANA

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.