Uyavela osolwa ngokushaya ubaba wakhe ngembazo

2015-07-27 18:13

Bloemfontein - Owesilisa, 19, waseFree State kulindeleke ukuthi avele eNkantolo yeMantshi yaseWelkom ngoLwesibili ngezinsolo zokugqema ubaba wakhe ekhanda ngembazo bexabana.

Umsolwa kuthiwa wayexabana nobaba wakhe eMoeletsi Hostel, eThabong, ngoLwesithathu olwedlule, kusho okhulumela amaphoyisa uSergeant Mamello Mokhuoane.

OLUNYE UDABA: Ligwetshiwe ibhungu elahlahlela umndeni ngembazo

“Ubaba nendodana baqophisana ngamazwi baze babambana ngezihluthu. Kuthiwa ubaba wabe esebamba indodana yakhe ngobhongwane, yabe isithatha imbazo imshaya ekhanda iphindelela yase iyabaleka," kusho uMokhuoane etshela iNews24.

“Sesibone izinto eziningi, kepha le iyashaqisa," esho.

Kubizwe amaphoyisa zabe sezimkhalela kanjalo umsolwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.