Uyavela usolwa ngokutholakala kwezibhamu eMsinga

2015-08-25 10:04

Durban - Kuboshwe owesilisa oneminyaka engu-21 ubudala ngokutholakala kwezibhamu ezine eMsinga maphakathi neKwaZulu Natal, ngokusho kwamaphoyisa.

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu Natal uMojr Thulani Zwane uthe amaphoyisa aseMgungundlovu aqhube uhlelo eMsinga ukuyothungatha izibhamu ezingekho emthethweni.

"Ngesikhathi amaphoyisa efika endaweni yasePhakwe abophe owesilisa oneminyaka engu-21 ubudala ngemuva kokumfuca nesibhamu nezinhlamvu.

OLUNYE UDABA: I-ANC ithi ifuna ‘ukulungisa izindlela zayo’

Amphoyisa abe esedlulela kweminye imizi endaweni athola izibhamu ezinkulu ezimbuli nesisodwa esincane," kuchaza uZwane.

Uqhube wathi zonke izibhamu ezitholakele zizoyiswa ukuyohlowa ukuze kutholakala ukuthi azithinteki yini ebugebengwini.

Uthe umsolwa uzovela eNkantolo yeMantshi yaseMsinga ngaleli cala.

"Szioqhubeka nokulwa nokusabalala kwezibhamu ezingekho emthethweni esifundazweni," kuphetha uZwane. 

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.