Uyaziphendulela 'obizwe ngesidudla' ohlelweni lokujola

2015-06-10 07:31

Johannesburg – Abaningi basale bebambe ongezansi ngemuva kokubukela uhlelo i-Date My Family bekhala ngokuqhuba intwala ngewisa kowesilisa obefuna umaqondana kulolu hlelo.

Ngokubika kweDaily Sun lo mlisa uStanly  Ramolobeng oneminyaka engu-35 ubudala ukhombise ukuphoxa kulolu hlelo egxibhaza nesithunzi sezintokazi ebezizimisele ukuba ngomaqondana bakhe.

Kulolu uStanly ukhale ngokuba yisidudla kukaThulisile Sithole oneminyaka engu-25 ubudala kulolu hlelo obeludlala ngeSonto kuMzansi Magic 161.

“Ngokubuka umfowabo, kuyangicacela ukuthi uyintombazane enkulu ngomzimba ngenxa yokudla akudlayo,” kusho uStanley kulolu hlelo.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umculi ngengoma echwensa umengameli

Ngemuva kwalolu hlelo le ntombazane ayizange inanaze ngokushiwo ngayo njengoba iziphendulelile.

“Angisona isidudla.

Ngimuhle njengamanye amantombazane agcwele ngomzimba.

UStanly uzitshela ukuthi uyikho konke kodwa akayilutho.

Uzibonile izicathulo zakhe?” kubuza uThuli waseKempton Park Ekurhuleni.

Uthe yena ugqoka u-size 34 we-jean futhi ungowesifazane ophakathi nendawo.

Ngesikhathi sokushicilela uStanly akazange aphendule imibuzo abethunyelelwe yona nge-email kanti nocingo lwakhe ubengalubambi.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 

           - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 

               - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.