Uyaziphika izinsolo obanjwe oqotsheni esocansini nonina

2015-08-22 11:30

Bulawayo - Isalukazi esineminyaka engu-77 ubudala nendodana yaso eneminyaka engu-46 ubudala baseGokwe, eZimbabwe, babanjwe oqotsheni besocansini.

Yize abamangalelwa bebanjwe oqotsheni, baliphikile icala enkantolo yasehlathini, kubika iBulawayo24.

Izinkumbi zezakhamuzi zibuthelane ngaphansi kwesihlahla ukuzolalela icala likasomabhizinisi uGoliath Mapolisa osolwa ngokuthandana nomama wakhe uGogo Mantisi.

OLUNYE UDABA: 'Uthisha watshela umfundi ukuthi ukhanukele ucansi'

Ephekwa ngemibuzo, uMapolisa akazange aphike noma avume ukuthi uyalala nomama wakhe.

Induna yesigodi, okuyiyona ebambe laba bobabili besocansini, itshele isigcawu ukuthi banyonyobele laba ngemuva kwezinsolo zomphakathi.

Kuthiwa ngonyaka odlule uMapolisa wahlawuliswa ngemuva kokubanjwa enza ucansi nengulube, okwaholela ekutheni umkakhe anqume ukumshiya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.