Uyise kaSenzo Meyiwa embangweni wengane noKelly

2015-06-08 07:47

Johannesburg – Sekuphinde kwaqubuka okunye ukungaboni ngasolinye phakathi kukaKelly Khumalo noyise kaSenzo Meyiwa uSam njengoba kubangwa ingane yalo nozinti wodumo ngokusho kombiko.

Ngokubika kweSunday Sun uyise kaSenzo kubikwa ukuthi uwotha ubomvu ngalo mculi njengoba efuna umzukulu wakhe azohlala naye eMlazi KwaZulu Natal nezinye izingane zikayise.

Kubikwa ukuthi uKelly akazimisele nakancane ukuthi ahlukane nendodakazi yakhe.

Phakathi nesonto eledlule uyise kaSenzo uthe:

“Ngifuna ukumenzela umsebenzi lo mntwana.

OLUNYE UDABA:'Unkosikazi unekele ibandla amahlazo omfundisi waseDBN'

Le ngane ngeyakwaMeyiwa.

UKelly ukwazi kahle okumele akwenze futhi sengikhathele ukuxabana naye.

Ngicela nimenze akuqonde ukuthi akwenzayo kuzolethela ingane amabhadi.”

Imithombo idalule ukuthi uSam akanandaba noKelly okubalulekile kuyena umzukulu wakhe ukuthi azohlala naye.

“Ubab’ Sam ucasukile ukuthi umzukulu wakhe akahlali naye njengoba esezame kaningi ukuthi uKelly alethe ingane eMlazi ukuze izokhuliswa ngabakwaMeyiwa.

Ngendlela acasuke ngayo usecabanga nokulifaka enkantolo lolu daba,” kusho umthombo.

Uqhube wathi uKelly watshela uBab’Sam ukuthi ngeke ayithole ingane njengoba uSenzo engahlawulanga.

“Kumapeketwane nje phakathi kukaBab’Sam noKelly,” kusho umthombo.

UKelly wenqabile ukuphawula.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 

            - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 

               - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.