Uzibulale nonkosikazi esiteshini samaphoyisa

2015-01-06 09:32

Johannesburg - Indoda idubule yabulala unkosikazi wayo ngaphambi kokuthi ibhekise ngakuyo umbhobho izingqokloze, yenza lokhu esiteshini samaphoyisa eParkview.

Umbiko ukhishwe amaphoyisa aseGoli ngoLwesibili ekuseni.

"Kukholakala ukuthi abashonile bebeze esiteshini mayelana nesehlakalo sodlame lwasemndenini," kusho okhulumela amaphoyisa uLiutenant Colonel Lungelo Dlamini.

Funda nalolu daba: Zimkhalele odubule unkosikazi

"Ngesikhathi besagcwalisa imininingwano ethile, indoda, 47, isukume iwumuntu olande izibuko, ibuye yadubula yabulala unkosikazi,45, ngaphambi kokuthi izidubule yona," kuchaza uDlamini. 

Kuyaphenywa ngalesi sigameko.

"Amaphoyisa abesendaweni yesehlakalo azothola ukwelulekwa ngokomqondo."



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.