Uzobonakala esiteji owodumo lokuzifihla ubuso koweKwaito

2015-07-31 16:06

Johannesburg - Kubikwa ukuthi owodumo lokuzifihla ubuso emculweni weKwaito, uMzekezeke kulindeleke ukuba agibele esiteji maduze enze ake aduma ngakho.

Kulindeleke ukuba lesi sihlabani somculo weKwaito sibuyele esiteji ngemuva kwesikhathi eside singabonakali.

UMzekezeke uzobonakala emcimbini weStay Fresh eShimmy Beach eKapa ngoSphthemba.

OLUNYE UDABA: UZola ukhuza ibuya kumabonakude

Lezi zindaba sezisabalale ezinkundleni zokuxhumana, abantu betshengisa injabulo ngokuphinda abonakale lo mculi.

Kamuva nje le ndoda okukholakala ukuthi inguMzekezeze, uDJ Sbu isizobonakala ohlelweni lakumabonakude olusha lwezamabhizinis, ingumethuli walo ku-CNBC Africa kanti uhlelo luzoqala ngomhlaka-4 Agasti(Udaba oluphelele)

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.