Uzofaka isicelo sebheyili osolwa ngokudlwengula indodakazi

2015-08-11 10:05

Cape Town – Owayeyisisebenzi sakwa-Eskom e-Eastern Cape kulindeleke ukuthi afake isicelo sebheyili njengoba esolwa ngokudlwengula indodakazi yakhe eminyakeni emibalwa eyedlule.

Umbuso usola lo mlisa ngokudlwengula indodakazi yakhe izikhawu ezahlukene eminyakeni engu-13.

Ngokubika kwe-EWN waqala ukudlwengula indodakazi yakhe kusukela ngo-1995 ngesikhathi isaneminyeke ngu-15 ubudala yaze yaba nengu-27 eyiqhoqhobala.

Waboshelwa e-East London ngenyanaga eyedlule ngaleli cala.

OLUNYE UDABA: I-EFF iphika eyokushisa itende, igxeka imphakathi

Usolwa nangokuthi wayeyisabisa ngokuthi ngeke ayiphe imali uma ike yanqaba ukuya naye ocansini.

Lona owesifazane oneminyaka ekuma-30 ubudala wavulela uyise icala ngoDisemba wonyaka owedlule kodwa uze waboshwa ngenyanga eyedlule ngemuva kophenyo olunzilu oqhutshwe ngabakwaSidlodlo.

Kubikwa ukuthi amaphoyisa asalinde ukwenza ilibofuzo ukuze aqinisekise ukuthi nebala umsolwa unguyise wengane yendodakazi yakhe eneminyaka engu- 7 ubudala. 

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.