Uzohlala izinyanga ezimbili engadlali uWilliams

2014-12-19 09:26
Johannesburg – Unozinti weSuperSport United uRonwen Williams usazohlala cishe izinyanga ezimbili engalithinti ibhola kulandela ukulimala ebusweni emdlalweni waleli qembu neBidvest Wits.

Lo mdlali oneminyaka engu-22 ubudala uphume esethwele ngohlaka waphuthunyiswa esibhedlela ngemuva kokukhahlelwa ebusweni uSameehg Doutie.

OLUNYE UDABA: Masingamgxeki uShakes - Igesund

Ngokubika kweSoccerLaduma ngemuva kokuhlolwa ngodokotela lo mdlali kutholakale ukuthi ulimale kanzima ezindaweni ezahlukene kwithambo lomhlathi kanti kuzothatha izinyanga cishe ezimbili ukuze alulame ngokugcwele.      

UWilliams uphuthwe yithuba lokuthi abizelwee esikwatini sikaShakes Mashaba esizoya kwi-African Cup of Nations e-Equatorial Guinea.   

 
        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.