Uzongena endalini umuzi wodlalela i-Aces ngenxa yebhondi

2015-08-16 13:11

Johannesburg - Uzongena endalini umuzi womdlali wase siswini weMpumalanga Black Aces uStanley Kgatla oseMidrand ngoLwesibili.

Lokhu kulandela ukungayikhokheli imali yeBhondi.

Ngokusho kwamaphepha asenkantolo uStanley uhlulekile ukukhokhela iindlu izintanga ezintathu.

Lesi sihlabani sebhola saseTzaneen sikweleta ibhange uStandard Bank imali engaphezu kwengu-R 590 611.

OLUNYE UDABA: Kukhuthazwa abantu ngokukhokha izikweletu

Amaphepha agodlwe ngabeSunday Sun atshengisa ukuthi uStanley usalele emuva ngemali engu-R47 000.

Njengamanje ibhange liyifuna la imali yalo uma esafuna ukuhlala kulo muzi.

Lo muzi oseSunset Valley, eVorna Valley, eMidrand unamakamelo amabili, indawo yokuphumula, ithoyilethi, ikhishi negaraji.

Umuzi uzodayiswa ngoLwesibili e614 James Crescent eHlafway House.

UStanley akatholakalanga ukuphawula.

kanti futhi akazange aze ayiphendule imiqhafazo abeyithunyelelwe ngabephephandaba.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.