Uzonyuselwa iholo owePirates - Umbiko

2015-08-11 16:02

Johannesburg - Umdlali we-Orlando Pirates, uThabo Rakhale, kulindeleke ukuba anyuselwe umholo wakhe kuleli qembu kulandela ukwenza kahle kwakhe kuleli qembu.

URakhale, 25, muva nje uthola izincomo kuleli ngomdlalo wakhe omuhle aqale ukuwubonisa sekuphela isizini edlule nasemqhudelwaneni weCAF Confederation Cup, kanti manje kubukeka sengathi nabaphathi bayakubona ukwenza kahle kwakhe.

Funda nalolu daba: ElePSL lihlabane ngesibabuli saphesheya kwezilwandle

Ngokombiko weSoccer Laduma lo mdlali uzobongwa ngokwenyuselwa umholo nakuba inkontileka yakhe isasalelwe yisikhathi esingangonyaka.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.