Uzovela enkantolo osolwa kubulala indodana

2014-12-27 13:39

Rusternburg – Kulindeleke ukuthi avele ankantolo owesilisa oneminyaka engu-29 ubudala ngecala lokubulala indodana yakhe ngokusho kwamaphoyisa aseNorth West. 

UColonel Sabata Mokgwabone uthe lo mlisa ozovela eNkantolo yeMantshi yaseTaung ngoMsombuluko waboshwa ngemuva kwesigameko sangomhlaka 24 kuDisemba kusihlwa eMaphoetsile eTaung.

 “Lo mlisa wazikhiyela nendodana yakhe kwelinye lamagumbi angemuva emzini kagogo wakhe.

Ngolwazi esinalo ngemuva kwemizuzu ezikhiyele nendodana yakhe enye yezingane yahamba yayongqongqoza kulelo gumbi,” kuchaza uMokgwabone.

OLUNYE UDABA:Uyazithethelela owanquma uyise

Uqhube wathi: “Akuzange kuphendule muntu kwaze kwabizwa amanye amalungu omndeni nawo angqongqoze kodwa lutho ukuvula.

Babe sebezama ukulungu ngaphakathi kule ndlu abona umfana elenga ophahleni lwendlu,” eqhuba.

Kubikwa ukuthi kuthe kusenjalo uyise walo mafana waphuma ngejubane wabaleka.

UMokgwabone uthe amaphoyisa afika endaweni yesigameko athola umfana oneminyaka emihlanu elenga.

Uphinde waveza ukuthi ngokuhamba kwesikhathi uyise walo mfana wabuyela ekhaya wabe eseyozinikela emaphoyiseni. Kuthiwa imbangela yalokhu ibingakaziwa.  

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.