Uzovela enkantolo umalugaju waseKapa

2015-01-12 11:02
Cape Town - Indoda okukholakala ukuba ingunogada kulindeleke ukuba ivele enkantolo ngoMsombuluko ngokutholakala kwezidumbu eziyisithupha eduzane nesiteshi sesitimela iCentury City eKapa.

Le ndoda ogama layo ligodlwe ngabephephandaba iDaily Voice yaboshwa ekhaya layo eGugulethu, kanti ibhekene nohide lwamacala okubalwa kuwona ukubulala nokudlwengula.

Ukuboshwa kwayo kulandela ukutholakala kwezidumbu eziyisithupha ngonyaka ophelile esigangeni esigudla umgwaqo u-Acre eduzane nesiteshi sesitimela iCentury City.

OLUNYE UDABA: 'Omalugaju babukeka njengabo bonke abantu' 

Kubikwa ukuthi lezi zidumbu zatholakala zinqunu zibheke phansi ngobuso ziboshwe izandla ngemuva.

Imithombo esondelene nophenyo iveze ukuthi umsolwa wazinikela yena emaphoyiseni ngemuva kokusebenzisa iselula yenye yezisulu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                               

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.