Uzovela olayisha 50 etekisini elayisha 15

2015-08-06 14:37

Johannesburg - Ulindeleke ukuba avele ngaphambi kwenkantolo umshayeli wetekisi obethutha izingane zesikole ezingu-50 etekisini.

Lo mshayeli uboshwe ngoLwesithathu kanti angeke lidalulwe igama lakhe aze avele enkantolo.

Umfundi ka-Grade 6 wesikole iChiwell Primary ogibela le tekisi  uthe itekisi ihlale igcwele ichichima zonke izinsuku.

Funda nalolu daba: I-SA isikulungele ukuphathwa owesifazane

Omunye umfundi uthe bahlezi bemile kule tekisi ngoba ayikho indawo yokuhlala phansi.

Omunye futhi umfundi uthe umshayeli unamatekisi amathathu kanti womathathu ahlale egcwele echichima.

“Akekho umuntu onamatekisi endaweni manje sonke sisebenzisa eyakhe ukuya esikoleni.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.