Uzoyishaya ngapha nangapha umlingisi wodumo

2015-08-13 12:30

Johannesburg – Umsunguli weGenerations uMfundi Vundla ujabulisa abathandi balo mdlalo wochungechunge ngesikhathi ememezela ukuthi uJack Mabaso uzokhuza ibuya kulo mdlalo osubizwa ngeGenerations: The Legacy.

Indawo kaJack Mabaso yabe idlalwa yinkakha yomlingisi uVusi Kunene oseyingxenye yodlalo Isibaya laphop edlala khona indawo yenkosi uBhekifa Ngubane.

Izindaba zokubuya kukaJack Mabaso zivele ngemuva kwezindaba zokushiya kukaVuyo Dabula noDenise Zimba.

OLUNYE UDABA: Ithuba kwabafuna ukuqokelwa kumaCrown Gospel Awards

Ukumenyezelwa kokubuya kukaJack Mabaso kwiGenerations kuvuse itwetwe kubathandi bomdlalo Isibaya njengoba besadidekile ukuthi kuzokwenzakalani kuyena kulo mdlalo.

Ngokubika kweChannel24 abathandi balo mlingisi kwiSibaya akumele batatazele njengoba ezoyishaya ngapha nangapha. 

“IMzansi Magic ithanda ukukuzwakalisa ukuthi lo mlingisi uzoqhubeka nokulingisa emdlalweni Isibaya kanti uzokwazi nokuthi azimbandakanye neminyaka imisebenzi yakhe ehambisana nomkhakha wezikamabonakude eMzansi.

Indawo yakhe kwiSibaya isazoqhubeka njengoba kusekuningi okusazokwenzeka kuyena,” ngokombiko weTVSA

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.