Wonke azoqhudelana kwi-AFCON azohlolelwa i-Ebola - CAF

2015-01-14 17:31

Malabo – Wonke amaqembu azoqhudelana kwi-2015 Afrca Cup of Nations e-Equatorial Guinea azoqala enhloko dolobha yaleli lizwe iMolabo ukuze ahlolelwe isifo se-Ebola ngokusho kwenhlangano eyengamele ibhola likanobhutshuzwayo e-Afrika ngoLwesithathu.

IConfederation of African Football (CAF) ithe labo abazogoloza ukuhlolwa noma abakhombisa izimpawu zalesi sifo bazophoqwa ukuthi bagcinwe endaweni ekhethekile izinsuku ezingu-21.  

“Wonke umuntu ozobe eze kulo mqhudelwano kumele akulindele ukuhlolwa ngoba wumthetho esiwubekile ukuvimbela ukubhebhetheka kwalesi sifo,” kusho i-CAF kwisitatimende.

Inkinga yesifo se-Ebola iholele ekutheni izwe obekumele lisingathe le midlalo iMorocco ihoxe njengoba isizosingathwa e-Equatorial Guinea.

Isifo se-Ebola sesibulale abantu abangaphezulu kuka-8 300 emazweni ahlukene e-Afrika kanti iningi labo liqhamuka eLiberia, Sierra Leone naseGuinea ngokwezibalo zeWorld Health Organisation.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.