Zibakhalele ababhadanywe nezidakamizwa eGoli

2015-01-07 12:33
Johannesburg - Amadoda ayisihlanu angawokudabuka eNigeria akhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngezinsolo zokudayisa izidakamizwa eBerea, eGoli, kusho oKlebe ngoLwesithathu.

OKlebe bagasele emaflethini aseHighrise ngoLwesibili ase ebopha amadoda ayisihlanu, kusho uCaptain Paul Ramaloko.

"Kusolakala ukuthi la madoda ayingxenye yomkhonyovu omkhulu oqhubekayo wezidakamizwa endaweni. Amalungu ethu athole izidakamizwa ezingadayisa u-R375 000 ngentengo yasemgwaqeni."

OLUNYE UDABA: Zimkhalele obethukuse izidakamizwa emabeleni

Abamsolwa bazovela eNkantolo yeMantshi yaseHillbrow ngoLwesine ngecala lokudayisa izidakamizwa.

Oyibamba lenhloko yoKlebe kuzwelonke, uMajor-General Mthandazo Ntlemeza, uncome oKlebe “ngokuhlakaza isizinda sezidakamizwa”.

"Asinayo indawo yabantu abadayisa izidakamizwa kuleli lizwe,” kusho uNtlemeza esitatimendeni.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.