Zibakhalele abagebenge omunye iselula

2015-01-09 18:34
Johannesburg - Azolala ebaliwe amadoda amathathu agebenge enye ayiphuca umakhalekhukhwini eDiepsloot, kusho amaphoyisa aseGauteng.

La madoda atholwe ephethe ummese nesibhamu esiyithoyizi ngemuva kokugebenga owesilisa ngabo-09:00 ngoLwesihlanu, kusho uWarrant Officer Daniel Mavimbela.

La madoda aneminyaka ephakathi kuka-22 no-23 ubudala, alandele isisulu sisuka eDiepsloot Extension Two, sathi uma sifika esigangeni basibhudukeza.

OLUNYE UDABA: Zibakhalele abasolwa ngokuduna imoto

Basisabise ngommese nangesibhamu ngaphambi kokusiphuca umakhalekhukhwini.

Sibe sesihlaba umkhosi emaphoyiseni, abasolwa baboshwa kanjalo.

UMavimbela uthe abasolwa bazovela eNkantolo yeMantshi yaseRandburg kungekudala.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.