Zihlanganiswe nabazali izingane 33 ebeziduke emabhishi

2015-01-02 14:07

Johannesburg – Zibuyiselwe zahlanganiswa nabazali izingane ezingu-33 ebezidukile emabhishi aseWestern Cape ngobusuku obandulela uNcibijane ngokusho kwamaphoyisa.

“Izingane ezingu-34 zadluliselwa emaphoyiseni akwa-SAPS esifundazweni.

Iyodwa kuphela ingane yentombazane okusasele ihlanganiswe nabazali bayo,” kusho uCaptain FC Van Wyk.

OLUNYE UDABA: Kulahleke izingane ezingu-500 olwandle

Ingane yentombazane eneminyaka emithathu ubudala yatholwa ebhishi laseMuizenberg ngoLwesine.

“Isagcinwe endaweni ephephile kanti ngesikhathi itholwa yabe igqokiswe isikhindi sangaphansi kuphela.” 

Iziphathimandla zedolobha laseKapa zither zibalelwa ku-500 izingane ezidukile emabhishi aseKapa ngosuku lukaNcibijane.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.