Zimkhalele obanjwe nezibhamu eKZN

2015-07-22 15:55

Durban – Zimkhalele owesilisa oneminyaka engu-50 ubudala obanjwe nenqwaba yezibhamu ezingekho emthethenini nezinhlamvu Ekuvukeni ngokusho kwamaphoyisa aKwaZulu Natal.

Lo mlisa uboshwe ngoLwesibili ngemuva kokuba amaphoyisa angaphansi kophiko lweProvincial Crime Intelligence ngokubambisana neLadysmith Tactical Response bebambe uhlelo olubizwa nge-“Intelligence Driver Operation” endaweni.   

“Amaphoyisa athole isibhamu sohlobo lwe-AK47 nezinhlamvu zakhona namakhasethi azo, esinye sohlobo lwe-303 sokuzingela nezinhlamvu zakho nesohlobo lwe-38 revolver nezinhlamvu zakhona,” kusho okhulumela amaphoyisa uJay Naicker.

OLUNYE UDABA:Umholi we-ANCYL ecaleni lokubulala

“Aphinde athola nezinhlamvu zesibhamu sohlobo lwe-R1, eze-9mm neze-45mm calibre.”

Amaphoyisa aphinde atholwe nesijumbane sensangu kuyena.

Kulindeleke ukuthi lo msolwa avele enkantolo yemantshi maduze ngamacala ahlukene okubalwa elikutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni, izinhlamvu nezidakamizwa.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.