Zimkhalele obanjwe oqotsheni edlwengula umshana

2014-12-28 12:29

Johannesburg – Owesilisa oneminyaka engu-18 ubudala ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngemuva kokubanjwa oqotsheni edlwengula umshana wakhe oneminyaka engu-5 ubudala ngokusho kwamaphoyisa aseSoweto.

UWarrant Officer Kay Makhubela uthe unina wale ngane ungene lo msolwa esazitika ngayo endaweni yaseMofolo North ngoMgqibelo ebusuku.

“Ungene lo mlisa edlwengula indodakazi yakhe wabe esebiza amaphoyisa ngokushesha,” kusho uMakhubela.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele odlwengule umzukulu

Uthe le ntombazane iphuthunyiswe esibhedlela ukuze ithole ukwelashwa.

“Udokotela obehlola le ntombazane uthole ukuthi bekungaqali ukuthi le ngane idlwengulwe.

Okwamanje ingaphansi kweso lodokotela njengoba ithola ukwelashwa,” echaza.

Uthe umsolwa kulindeleke ukuthi avele aNkantolo yeMantshi yaseProtea ngoMsombuluko.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.