Zimkhalele obefunelwa elokubulala unkosikazi

2015-08-25 12:31

Gweru - Ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela usomabhizinisi waseGweru uWebster “Dzatu”Chiteta  obhekene necala lokubulala unkosikazi ngemuva kwezinyanga ezingu-11 efunwa.

UChiteta, 36, odume kakhulu ngelikaDzatu emgwaqeni yaseMidlands wayelindeleke ukuba avele enkantolo yaseGweru ngonyaka ophelile ku-Spethemba ngezinsolo zokubulala unkosikazi wakhe uWinnie Tracy Phiri kodwa walibalekela icala.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele obulale unkosikazi ngokuvakasha engacelile

Lo somabhizinisi ubelokhu efunwa selokhu kanti utholakalae ecashe eMsvingo ngamaphoyisa ngemuva kokuba encinzwe indlebe.

AbeChronicle babike ukuthi uChiteta ugcinwe esitokisini esiteshini samaphoyisa aseGweru, kubika iBulawayo24.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.