Zimkhalele owavezela intombazane 'induku' wase eyidlwengula

2015-07-24 14:41

Bulawayo - Indoda yasendaweni yaseSikobokobo eNkayi isolwa ngokuqala itshengise ubuntu bayo entambazaneni eneminyaka engu-14 ubudala ngaphambi kokuba iyidlwengule ngesikhathi abazali bawo bengekho.

UQinisela Ndlovu, 44, uthweswe icala lokudlwengulwa ngesikhathi evele eNkantolo yeManthsi yaseBulawayo.

Umsolwa ugcinwe esitokisini lize liphinde libuyele enkantolo icala.

OLUNYE UDABA:Ona-21 wazibelethela walahla usana ethoyilethi

Inkantolo ilalele ukuthi ngomhlaka-20 Novemba 2014 ngezithuba zabo-13:00 emini uNdlovu waya emzini wakubo kwentombazane wayifica ihlezi yodwa.

UNdlovu wacela amanzi. Ngemuva kokunikwa amanzi waveza induku yakhe wacela ukuzibandakanya nayo ocansini.

Le ntombazane yenqaba umsolwa kubikwa ukuthi wayibamba ngenkani wayikhumula ibhulukwe wayidlwengula.

Kusolwa ukuthi ngemuva kokudlwengulwa wacela impinda kodwa intombazane yakwazi ukubaleka yayibika ngokudlwengulwa kuJesta Tshuma owabikela amaphoyisa wabe eseboshwa uNdlovu.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.