Zimkhalele ozibize ngegama lomuntu emaphoyiseni

2015-08-25 16:00

Florida - Indoda eneminyaka engu-32 ubudala yaseFlorida izidalele amazinyo abushelelezi ngesikhathi izibiza ngegama lomuntu iboshwa ngamaphoyisa.

Le ndoda izibize ngoKris Kringler owazalwa ngonyaka wango-1935-07-11.

Ngokusho kwamaphoyisa uCasey Arundel wayekhishwa endaweni yokucima ukoma  eSt. Petersburg ngezithuba zabo-02:40 ekuseni ngemuva kokulwa nonogado bakule ndawo .

OLUNYE UDABA: Uphoqwe ukuba ashintshe igama obeqanjwe ngoNkulunkulu

Ngesikhathi kufika amaphoyisa u-Arundel waqhubeka nokungaziphathi kahle waba nolaka okwenza ukuba aboshwe.

Ngemuva kokuboshwa u-Arundel wabe esezibika ngokuthi ungu-Kris Kringle.

Amagama angempela ka-Arundel avela ngemuva kokuba sekwenziwe uphenyo, kubika iSmokingGun.

U-Arundel wabe esethweswa icala lokuphuza ngokweqile nangokuqamba amanga ngegama lakhe.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.