Zimkhalele umfundi obephethe isibhamu esikoleni

2015-08-15 08:02

Durban - Zimkhalele umfundi wesikole esiseMgungundlovu iVoortrekker High ngemuva kokutholakala nesibhamu esingeklho emthethweni ekilasini.

Amaphoyisa aqinisekise ukuthi kuboshwe umfundi oneminyaka engu-19 ubudala okukholakala ukuthi wenza u-grade 11 kulesi sikole ngokuphatha isibhamu esingekho emthethweni ngoLwesiili.

Omunye umfundi ocele ukuba lingadalulwa igama lakhe uthe lo mfundi ubonakale egaxe isibhamu okhalweni ekilasini.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umfundi obanjwe nezikhali

“Lo mfundi ube esesikhipha lesi bhamu, ekhomba ngaso abanye abafundi enza ihlaya,” kusho lo mfundi.

Okhulumela amphoyisa uConstable Mthokozisi Ngobese uthe lo mfundi uboshwe ngemuva kokuba othisha bebikele amaphoyisa ngaye.

UNgobese uthe isigameko siyaphenywa, kubika abeNewswatch.

Okhulumela aboMnyango wezeMfundo uMuzi Mahlambi uthe: “Sibonga umsebenzi wamaphoyisa ngegxathi abalithathile bezwa ngalolu daba. Asinayo indawo yabafundi abafana nalo ezikoleni zethu."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.