Zimkhalele usomabhizinisi oshaye izisebenzi ngentulo

2015-01-06 18:34

Florida – Usomabhizinisi waseningizimu yeFlorida zimkhalele ngemuva kokubanjwa eshwiba intulo futhi eshaya nezisebenzi zakhe ngayo emakhanda.

Ngokubika kwe-USA Today uBenjamin Herman Siegel ongimnikazi weSiegel Reptiles ubanjwe kwikhamera efaka le ntulo emlonyeni maqede wayishwiba emoyeni ngaphambi kokuzungeza kule ndawo eshaya ngayo izisebenzi emakhanda.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe usomabhizinisi waseKZN

Kubikwa ukuthi  ubeshaya izisebenzi zakhe ephindelela kwesinye isikhathi abajikijele ngayo le ntulo.  

Kubikwa ukuthi ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela njengoba ebhekene namacala amabili okushaya nokuhlukumeza isilwane.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.