Zingamakhulu izingane ezizalwe ngoKhisimusi

2014-12-26 09:06

Johannesburg – Zingaphezulu kwekhulu izingane ezizalwe ngosuku lukaKhisimusi eGauteng kulo nyaka ngokusho kwaboMnyango wezeMpilo.

Okhulumela lo mnyango kulesi sifundazwe uPrince Hamnca uthe isibalo sezingane ezingu-108 ezizalwe ngoKhisimusi eGauteng.

KwaZulu Natal kuzalwe ezingu-65 ezibhedlela zikahulumeni ngokusho kukaNgqongqoshe walo mnyango kulesi sifundazwe uSibongiseni Dhlomo.

“Siyajabula kakhulu ukwamukela lezi zingane emhlabeni ngoKhisimusi okuwusuku oluyisipesheli,” esho.

OLUNYE UDABA: Sicebisana ngokuthengela izingane ngoKhisimusi

UDhlomo uphinde wazwakalisa ukukhathazeka ukuthi omama abahlanu bezingane ezizalwe izolo bebeneminyaka engu-17 ubudala.

“Ngikhulumile nabo.,.. Uma uminyaka engu-17 ubudala ubeletha ingane enesisindo esingu-3,8kg amathuba okubeletha okuphephile mancane kakhulu.

Kubeka engcupheni impilo yabo neyengane,” echaza. Uxwayise izingane ezisafunda isikole ukuthi zingazimbandakanyi ngocansi noma zizivivikele ngasosonke isikhathi. 

ELimpopo kuzalwe ezingu-53 kanti imphumela yezinye izifundazwe ibingapheleli.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.