Ziphezulu izibalo zabakhuluphele ngokweqile kuleli

2015-07-22 13:33

Johannesburg - Izibalo zenhlangano iWorld Health Organisation (WHO) zitshengisa ukuthi umuntu oyedwa kwabane eNingizimu Afrika okhuluphele ngokweqile.

INingizimu Afrika nezwe laseGibhithe inesibalo esiphezulu sabantu abakhuluphele ngokweqile e-Afrika. 

OLUNYE UDABA: Zehlile izibalo zabathole imisebenzi

Ukungazivocavoci nokudla ukudla okungenayo impilo okwenza abantu bakhuluphale ngokweqile.

"Awukwazi ukuthi udle yonke into oyifunayo mase uthi vele uzoya ejimini. Cha akusebenzi kanjalo. Kufanele udle ukudla okunempilo ube uzivocavoca amaminithi angu-30 kathathu noma kane ngesonto," kusho udokotela uFaaiza Laher, kubika abe-eNCA.

Izimpawu ezimbalwa ezitshengisa ukuthi ukhuluphele ngokweqile:

Ubuhlungu bamadolo

Ubuhlungu bomgogodla

Isifo sikashukela

Isilungulela

Ukuhona

Ukuthola kunzima ukuphefumula

Okubhalwe enkundleni yezokuxhumana uTwitter:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.