Ziyikhalele indoda eqambe amanga yathi idlwenguliwe

2015-01-22 13:34
Harare - Uboshiwe owesilisa waseZimbabwe owaqamba amanga wathi udlwengulwe ngabesifazane abayisihlanu ezigamekweni ezehlukene, kusho umbiko ngoLwesine.

Lo wesilisa, 20, watshela amaphoyisa aseKariba ukuthi waqamba amanga ngalezi zigameko khona “ezodatshukelwa abantu bese bemnikeza ukudla nemali”, kusho umbiko we-ZBC.

Izigameko zabesifazane abadlwengula amadoda eZimbabwe seziphenduke insakavukela kule minyaka emithathu eyedlule.

OLUNYE UDABA: Owesifazane udlwengule umfana ona-12 ubudala

Okhulumela amaphoyisa uCharity Charamba uthi ngemuva kophenyo olunzulu kwahlaluka ukuthi le ndoda ihubhuza olukabhejane.

Kunamahlebezi athi abesifazane badlwengula amadoda ngoba befuna isidoda sabo ukuze basixube nemithi ngoba befuna ukuceba.

Kwaboshwa abesifazane abathathu ngecala lokudlwengula ngo-2011 ngemuva kokutholakala kwenqwaba yamakhondomu asebenzile emotweni yabo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.