Ababhikishi bavale u-M19 eThekwini

2018-04-23 16:00

Durban - Ababhikishi bavale umgwaqo ku-M19 ngakuMountbatten Drive eThekwini kanti kubikwa ukuthi bekungahambeki kulo mgwaqo osetshenziswa kakhulu.

Amalungu omphakathi abedinwe egane unwabu avale umgwaqo ngamathayi avuthayo nangemfucuza.

Ekuqaleni, ababhikishi baqale bavala umgwaqo eThekwini.

Izikhulu zakwaMasipala weTheku zithe umgwaqo usuvaleke kuzo zombili izinhlangothi entshonalanga nasempumalanga.

OLUNYE UDABA: Kuqubuke umbhikisho eGreytown

UMasipala unxuse ukuba abashayeli bayigweme le ndawo njengoba ababhikishi bejikijela ngamatshe izimoto ezidlulayo.

Amaphoyisa kamasipala, awophiko olugcina ukuthula emphakathini kanye nonogada bezinkampani ezizimele basendaweni yesigameko.

UKyle van Reenen weMarshall Security uthe kulimale umuntu oyedwa ngemuva kokuba amaphoyisa adubule ngenhlamvu zenjoloba.

Uthe abosizo lokuqala iCrisis Medical belaphe indoda endaweni yesigameko ngaphambi kokuyiphuthumisa esibhedlela.

Kukholakala ukuthi umbhikisho umayela nokubhidlizwa kweminjondolo kule ndawo.

 - Twitter:

 

- Newswatch

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.