Ababhikishi bavale umgwaqo omkhulu eGoli

2018-05-04 09:33

Johannesburg - Umphakathi wase-Eldorado Park eningizimu yeGoli uphinde wavuka umbhejezana.

Izakhamuzi zifuna izindlu ezazithenjiswa nguPaul Mashatile owayengu-MEC wokuHlaliswa kwabantu kanye nokusebenza ngokubambisana kohulumeni.

OLUNYE UDABA:Umbhikisho uphazamise ukufunda eLimpopo

Kuvalwe umgwaqo uGolden Highway ngamathayi avuthayo. Abashayeli basebenzisa eminye imizila.

NgoLwesine uNgqongqoshe wezokuhlaliswa kwabantu eGauteng u-Uhuru Moiloa ubambe umhlangano nomphakathi, kodwa umphakathi uthi umhlangano awubanga namphumela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.