Ababhikishi bavalele uMaimane eKZN

2016-05-03 12:38

Durban – Umholi weDemocratic Alliance uMmusi Maimane uhambo lwakhe lwaseWentworth, eningizimu yeTheku, aluqalanga kahle ngoLwesibili, ngemuva kokuba evaleleke cishe imizuzu engu-15 eThe Ark Shelter lapho eyobheka khona isimo abahlala ngaphansi kwaso.

Kukholakala ukuthi ababhikishi bavale isango elingenela kule ndawo.

Ikhansela le-DA u-Aubrey Snyman, kudingeke ukuba angenelele, wathola okhiye wabesevula isango, ukuze uMaimane, amalungu eDA kanye nabezindaba bezophuma.

Funda nalolu daba: Kulindeleke avele enkantolo osolwa ngokudlwengula umzala wentombi

Intatheli yeNews24, ebisendaweni yesehlakalo, ithi amalungu e-ANC naweDA abesho iziqubulo zamaqembu awo.

Ithimba le-DA lihambele kule ndawo ukuxoxoxisana nemiphakathi mayelana nezinkinga zokungalethwa kwentuthuko, phakathi kwezinye zezinto.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.