Ababili basale enkundleni, ababili baphuthunyiswa esibhedlela

2016-07-07 16:01

Cape Town – Amadoda amabili adutshulwe ashona kanti amabili aphuthunyiswe esibhedlela kungqubuzana imigulukudu, kubika i-African News Agency

Okhulumela umnyango wezempilo esifundazweni saseNtshonalanga Kapa uRobert Daniels uthe amadoda asindile aphuthunyiswe eGroote Schuur Hospital ngosizwe.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe amaphoyisa amabili omgwaqo

Lamadoda aneminyaka engu-31 no-42 ubudala asesimweni esibucayi esibhedlela ngoba bobabili banamanxeba amaningi okudutshulwa.

“Ababili abashonile baneminyaka engu-19 no-27 ubudala bathathwe abasemakhazeni,”kusho uDaniels.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.