Ababoshwe eNgcobo basolwa ngawokubulala eMzimkhulu

2018-03-05 07:34

Port Elizabeth –Uphenyo lwamaphoyisa mayelana nezigameko zokubulala eNgcpbo luholele ekuboshweni komunye umsolwa ngeSonto.

Okhulumela uPhiko loKlebe uKaputeni Anelisa Feni utshele abe-News24 ukuthi ithimba eliphenya ngaleli cala lithi abasolwa abane kwabayisithupha ababanjiwe baboshelwe elokubulawa kwababili endaweni yaseMzimkhulu kwaZulu-Natal.

“Uphenyo lwaleli thimba lusize nasemacaleni amabili enzeka Ekzn. Laba basolwa bazovela enkantolo ngoMsombuluko,”kusho yena.

OLUNYE UDABA:Usizi ingane izwa kudutshulwa umama wayo

UFeni wengeze ngokuthi kunabasolwa abathathu abaseminyakeni ephakathi kuka-22 no-30 ubudala ababanjwe esontweni lapho kwadutshulwa kwabulawa abasolwa abayisikhombisa.

Laba baboshwe wuphiko lwe- Investigative Psychologists Section of the SAPS Forensic Division.

"Lo msolwa oneminyaka engu-30 ubudala ubhekene namacala amathathu abandakanya ukudlwengula, ukunyukubeza ngokucansi kanye nokuqeqeshela ezocansi,”kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.